Echo Edendale 20150212

16
ECHO edendale Your 24/7 local connection FREE 12 February 2015 Aids helpline 0800-012-322 www.echopmb.co.za @echokzn PMB Echo 549 95 OXBLOOD LATEST ARRIVAL 483 Church Street Tel: 033 342 2466 www.modwayshoes.co.za Usola i‘load shedding’ ngokushelwa >> Ungomunye wokuqala ukubhekana nalo mphumela NOKULUNGA NGOBESE >>[email protected] USALE nobukugqokile kuphela umndeni wakwaNg- cobo e-Unit 18 eMbali emva kokuba umuzi wabo ushiswe ikhandlela ngoLwesine ebu- suku, kulandela uhlelo loku- cishwa kwagesi (load shed- ding) ngabakwa-Eskom. UNkk Gretta Ngcobo (75) obehleli nabazukulu bakhe ngenkathi kwenzeka lesi sig- ameko, uthi kumanje akazi ukuthi uzothathani ahlangan- ise nani njengoba eziphilela ngemali yempesheni. Elandisa iphephandaba i- Echo uNgcobo uthe: “Emva kokuba u-Eskom uqhubeke nohlelo lwawo lokucishwa kukagesi (load shedding) ngo-8 ebusuku, sibe sesikh- anyisa amalambu kanye nekhandlela ekameleni njen- gokujwayelekile. “Ekameleni esasihleli ku- lona sasikhanyise ikhandlela silibeke esosweni salibeka phezu kwetafula. “Omunye wabazukulu oneminyaka emihlanu wathi uma esukuma, kwagudluzeka itafula kwawa ikhandlela layongena ngaphansi kombh- ede kwase kokheleka indlu yonke. “Sizamile ukulicisha kodwa ngisho nasempompini kwakungasaphumi namanzi. Sibe sesihlaba ikhwelo koma- khelwane, nabo abangena kanzima njengoba wawun- gasatholakali nokhiye wasendlini.” UNgcobo uthi bazamile ukucima besizwa omakhel- wane, kwasho ukuthi ama- langabi makhulu, okugcine ngokuthi kufike izicishamlilo. Uthe sekuhlangene nomuzi ungaphezu kuka-R500 000 umonakalo njengoba umuzi ubunamagumbi amahlanu. “Kushe yonke into, oku- balwa kuyona impahla yasendlini, izimpahla zokugqoka kanye nomazisi nezitifiketi zokuzalwa . “Angazi nokuthi ngizok- wenzenjani njengoba nendlu ingenayo nomshwalense, njengoba ngiziphilela ngem- pesheni. Kungiyalile uku- hamba kukagesi ngale ndlela, ngoba ngiyakholwa ukuthi bekungeke kwenzeke lokhu,”kusho yena. Uthi kuman- je uhla- la nez- ingane zakhe naba- zukulu abayi- sis- haga- lombili endlini enamagumbi amabili eyakhiwe ngaphan- dle. UNgcobo uthe yize umkha- ndlu ubahlinzeke ngezingubo zokulala neziponji, bafisa no- ma ngu- bani ong- abaxha- sa ngezin- gubo zokugqo ka, njen- goba ku- manje besizwa omakhelwane. Abangaba nosizo bangathintana naye ku-084 4828 501. ISITHOMBE:NOKULUNGA NGOBESE UNkk Gretta Ngcobo ekhomba umuzi wakhe oshe wangqongqa ngoLwesine ebusuku. KUNGIYALILE UKUHAMBA KUKAGESI NGALE NDLELA, NGOBA NGIYAKHOLWA UKUTHI BEKUNGEKE KWEN- ZEKE LOKHU,”KUSHO UNGCOBO. with 70 000 copies delivered to Pietermaritzburg CBD, Edendale, Howick and Mpophomeni. Don’t miss a chance to advertise in the next issue. Contact Gift Majola on 033 355 1343 What you can expect out of Sona Police say Lebese was arrested >> See page 3 >> See page 15

description

Echo Edendale 20150212

Transcript of Echo Edendale 20150212

Page 1: Echo Edendale 20150212

ECHOedendale

Your 24/7 local connection FREE 12 February 2015

[email protected]

Aids helpline0800­012­322

www.echopmb.co.za @echokzn PMB Echo

54995OXBLOOD

LATEST ARRIVAL

483 Church StreetTel: 033 342 2466www.modwayshoes.co.za

Usola i‘loadshedding’ngokushelwa>> Ungomunye wokuqala ukubhekana nalo mphumela

NOKULUNGA NGOBESE>>[email protected]

USALE nobukugqokilekuphela umndeni wakwaNg-cobo e-Unit 18 eMbali emvakokuba umuzi wabo ushisweikhandlela ngoLwesine ebu-suku, kulandela uhlelo loku-cishwa kwagesi (load shed-ding) ngabakwa-Eskom.

UNkk Gretta Ngcobo (75)obehleli nabazukulu bakhengenkathi kwenzeka lesi sig-ameko, uthi kumanje akaziukuthiuzothathaniahlangan-ise nani njengoba eziphilelangemali yempesheni.

Elandisa iphephandaba i-Echo uNgcobo uthe: “Emvakokuba u-Eskom uqhubekenohlelo lwawo lokucishwakukagesi (load shedding)ngo-8 ebusuku, sibe sesikh-anyisa amalambu kanyenekhandlela ekameleni njen-gokujwayelekile.

“Ekameleni esasihleli ku-lona sasikhanyise ikhandlelasilibeke esosweni salibekaphezu kwetafula.

“Omunye wabazukuluoneminyaka emihlanu wathiumaesukuma,kwagudluzekaitafula kwawa ikhandlelalayongenangaphansikombh-ede kwase kokheleka indluyonke.

“Sizamile ukulicishakodwangishonasempompinikwakungasaphumi namanzi.Sibe sesihlaba ikhwelo koma-khelwane, nabo abangenakanzima njengoba wawun-gasatholakali nokhiyewasendlini.”

UNgcobo uthi bazamileukucima besizwa omakhel-wane, kwasho ukuthi ama-langabi makhulu, okugcinengokuthi kufike izicishamlilo.Uthe sekuhlangene nomuziungaphezu kuka-R500 000umonakalo njengoba umuziubunamagumbi amahlanu.

“Kushe yonke into, oku-balwa kuyona impahlayasendlini, izimpahlazokugqoka kanye nomazisinezitifiketi zokuzalwa .

“Angazi nokuthi ngizok-wenzenjani njengoba nendluingenayo nomshwalense,njengoba ngiziphilela ngem-pesheni. Kungiyalile uku-

hambakukagesi ngalendlela,ngoba ngiyakholwa ukuthibekungeke kwenzekelokhu,”kusho yena.

Uthikuman-je uhla-la nez-inganezakhenaba-zukuluabayi-sis-haga-lombili endlini enamagumbiamabili eyakhiwe ngaphan-

dle.UNgcoboutheyizeumkha-

ndlu ubahlinzekengezingubozokulala neziponji, bafisa no-

ma ngu-baniong-abaxha-sangezin-gubozokugqoka, njen-goba ku-manjebesizwa

omakhelwane. Abangabanosizo bangathintana nayeku-084 4828 501.

ISITHOMBE:NOKULUNGA NGOBESEUNkk Gretta Ngcobo ekhomba umuzi wakhe oshewangqongqa ngoLwesine ebusuku.

KUNGIYALILE UKUHAMBAKUKAGESI NGALE NDLELA,

NGOBA NGIYAKHOLWAUKUTHI BEKUNGEKE KWEN­

ZEKE LOKHU,”KUSHOUNGCOBO.

with70 000 copies deliveredto Pietermaritzburg CBD, Edendale,Howick and Mpophomeni. Don’t

miss a chance to advertise in thenext issue.

Contact Gift Majolaon 033 355 1343

What you canexpect out of Sona

Police say Lebesewas arrested

>> See page 3 >> See page 15

Page 2: Echo Edendale 20150212

NEWS

212 February 2015

edendale

ECHO

ATM INSTORE

WHY PAY MORE? WHY PAY MORE?

WHY PAY MORE? WHY PAY MORE?

WHY PAY MORE? WHY PAY MORE?

Uma uthenga imithi kwa-Ballim’s Pharmacy, ayikho imalioyikhokhela ukusizwa, kanye nemali ekhokhwa ngaphezulu.Uthola amanani aphansi kanye nosizo olusezingeni eliphezulu.

TRADITIONAL AFRICAN MEDICINES

450 Church Street PMB (opp. Asmalls) • Tel: 033-345 3130

SAVER10

SINUSBuy 1 for R55Buy 2 for R100

SAVER2

INYONGO MIXTUREBuy 1 for R7Buy 2 for R12

SAVER5

IZIFOZONKE 500mlBuy 1 for R15Buy 2 for R25

SAVER10

NGOMA 500mlBuy 1 for R85Buy 2 for R160

SAVER10

CD PLUSBuy 1 for R70Buy 2 for R130

MOYA-MED BONESBuy 1 for R90Buy 2 for R170

Buy 1 for R90Buy 2 for R170

Buy 1 for R55Buy 2 for R100

SAVER10

SAVER10

SAVER10

TOUCH LIFE ARTHRITISBuy 1 for R55Buy 2 for R100

SAVER10

MAZ IMMUNE BOOSTERBuy 1 for R45Buy 2 for R80

SAVER10

MOYA-MED DETOX

PILES

R10100ml

CastorOil

ThroatSprayR15

Similar to ‘Medi-Keel’

SAVER5

SoflaxR14

20’s

Similar to ‘Senokot’

LaxativeTabs

SAVER14

FOR PIMPLES & ACNEAcne Soap 90g...........1995Mediclear Kit..............4495Zinplex Kit.................R160

100g

SUNBLOCKSecret

SPF 60

Cream

5999

R7

Napamol

Similar to ‘Panado’

(Paracetamol)Syrup

SAVER21

100ml

Terbicil

5995

Similar to ‘Lamisil’

7.5g

Cream

SAVER16

CIPEX

R17

Similar to ‘Vermox’

Suspension

SAVER10

Waist Belt Regular.....R70Waist Belt Wide.........R80Slimming Shorts........R120

BE INSTANTLY SLIMMER

Your Pharmacy of Choice

VALENTINES2015• GIFT PERFUMES• COSMETIC CASES

• CUDDLYTEDDIES• EXOTIC ROSES

Many More Instore Gifts NowAvailable!

Your Pharmacy of Choice

R12560’s

SONJOINT

CREDIT

6MONTHSINTEREST FREEApply in-store or online

Edcon is a registered credit provider NCRCP 82

We accept the following cards and most medical aids:

ku R2100

*Uthola mahhala

ezilinganiselwaIzibuko ze

-single vision zelang

a ezihloliwe

futhi

Unakho ukuthola ithu

ba

lokukhuphukisa izibu

ko zamehle

akho zibeyi-polarize

d lenses ngo

R299 kuphela.

(Ziyi-R910ngokujway

elekile)

How to deal with load shedding amid Eskom crisisECHO REPORTER>>[email protected]

SINCE2008, the countryhasbeenexperiencingacrisisofpowercutsand it doesn’t look like a situationthat will be sorted out anytimesoon.

In a recent statement, EskomurgedallSouthAfricanstopartnerwiththemtosave10%ofelectricityusage throughout the day. Theyadded that saving electricity willmakeitsignificantlyeasiertoman-age the power system during thischallenging time.

As power cuts continue, hereare some tips on how to deal withload shedding:

•Ensure your cellphone is al-ways fully chargedwhen power isavailable.

•Ensure your car, bakkie orbike always has petrol in the be-

causepetrol stationscannotpumpfuel during power outages.

•Ensure you have enough cashbecause ATM’s cannot operatewithout electricity.

•Release automatic electric ga-ragedoormechanismsso that youcan gain access to your propertyduring a power outage.

•Release electric security gatesand switch tomanual operation toavoid being either locked out of orin your home.

•Keepatorchwithfreshbatter-ies by your bedside at all times.

•Get a small LP gas lamp, as itgives good quality lighting for alarge area.

•Boil water and keep it in ther-mos flasks for hot drinks forwhenthe power is scheduled to beswitched off.

•Prepare meals beforehand incase of power cuts.

•Keep refrigerator and freezerdoors closed.Apoweroutage last-ing four hours should not causefoodspoilage,andafreezershouldkeep frozen food safe for at least aday. It is a good idea to have alter-native snacksavailable thatdonotneed refrigeration.

•Fillplasticcontainerswithwa-ter, still leaving some space insideeach container for expansion dur-ing freezing in adeep freeze or thefreezer compartment of yourfridge. This frozen bottled waterwill help keep food cold during apower outage.

PHOTO:SUPPLIEDA torch with fresh batteries isalways helpful during the timeof power cuts.

Pupils pray against social ills

PHOTO: SUPPLIEDTHE Themba Njilo foundation onSunday hosted a back to schoolprayer at the city hall. Theprayer which started off with astreet parade opposite UNISAwas aimed at praying againstsocial ills affecting schools suchas violence, crime, teenage preg­nancy, low pass rate, satanism,HIV and AIDS and drug abuse.

Eyamatekisiinikelele ngo-R100000 kwabaseFezokuhle

NOKULUNGA NGOBESE>>[email protected]

INHLANGANO yamatekisi iSouth African NationalTaxi Council (Santaco) eMgungundlovu isibhongeemswaneni ngokunikela ngo­R100 000 emindeniniyabafundi abayisikhombisa baseFezokuhle PrimarySchool abashona engozini yemoto enyantisayongeledlule.

Le nhlangano ikwenze lokhu enkonzweni yes­ikhumbuzo salaba bafundi ebesenziwe ezinkundlenizemidlalo e­Unit 13 eMbali ngoLwesihlanu.

Okhulumela le nhlangano uMnu Bheki Sokhelauthe: “Njengemboni yamatekisi sithe asikhalisanenale mindeni elahlekelwe ngoba noma ingozi ingen­ziwanga abantu abavela embonini yethu, abazalibabo bangamakhasimende ethu.

“Okwethu akukona ukusola, sibheke ukuthi uba­ni obesephutheni, kepha ukulula isandla em­phakathini ukuze kube khona esikwenzayo nathi.

“‘Omalume’ badlala indima enkulu kabi emi­phakathini, futhi sizimisele ukusebenzisana naboukuze kuphephe abafundi emgwaqeni.

“Sizimisele ukuthi uma kukhona amatekisi esi­wabonayo ukuthi angatholakala ngamananiaphansi, sikhulumisane nabo.”

USokhela uthe yize le mali ingeke izisule izinyem­bezi kwabalahlekelwe, bakhethe ukukhipha le sam­ba ukuze sisize imindeni ngale ndlela engasizakalangayo ngalesi sikhathi.

Uphinde wanxusa ukuthi amaphoyisa omgwaqoasebenzisanenaboukuqikelelaukuthi izithuthizom­phakathi, azilayishi abantu abangaphezu kwesibaloesivunyelwe.

“Siyafisa ukwehlisa izinga lezingozi zomgwaqo.Siyabanxusa futhi nabantu ukuthi uma kukhonaabashayeli bethu abashayela kabi, noma aba­bashayelisa kabi basibikele emahhovisi ethu aku no­64 Chapel Street.

“Sikhuthaza ukuthi bazifikele mathupha emah­hovisi, okunokuthi basifonele ukuze sizibambele thi­na ngqo.

“Uma uwumshayeli wemoto ethutha um­phakathi, thanda abantu ngaphambi kokubauthande imali ,” usho kanje uSokhela.

Page 3: Echo Edendale 20150212

12 February 2015

edendale

ECHO

NEWS

3 electronicsMANI’SMANI’S103 LANGALIBALELE (LONGMARKET) STREET, PMB• NEXT TO LAAGER CENTRE • PHONE: 033 345 2221

OPEN SUNDAYS9.30 AM - 2 PMAMPLE SECURE

PARKING

RCS CARDS ACCEPTED•Some illustrations

similar to picE&OE

PRICES VALID THIS WEEKENDONLY

WHILE STOCKS LAST

• OPEN AN ACCOUNT• BRING IN ID BOOK AND

PAYSLIP, 3 MONTH BANKSTATEMENTS

KEYBOARDBASE ANDMATTRESS

4-PIECE LEATHERETTE LOUNGE SUITE

EDBLO

R1999

R6500CASIO

STOCK-CLEARANCE SALETHIS WEEKEND ONLY

UP TO 50% OFFTHESE ITEMS

now

now

now

R3 500was

R10 000was

was R1500was R6000

BOLTONBEDROOM SUITE

R4000now

Includes:• Headboard• Pedestals• Stool• Dressing table

was R7 999

RECLINER CHAIR

R1750nowR3 499was

R2400

R3000now

Includes:• Headboard• Pedestals• Stool• Dressing table

R3000 R950

nowwas R3 799

2-PIECEWALLUNIT

3-PIECEWALLUNIT

GLASS TV STAND

R1900

was R5999

MANDYBEDROOM SUITE

R2 999was

now

Schools invitedto entermathematicscompetition>> “Everything in existence is supported by mathematics”

ECHO REPORTER>>[email protected]

PUPILS are urged to enter the South Afri-can Maths Olympiad (SAMO) happeningin March.

Thecompeti-tionisopentoallGrade eight andGrade 12 pupilsin the country.

According toSouth AfricanMathematicsFoundation(SAMF) execu-tive director,Professor Jo-hann Engelbre-cht, mathemat-ics has throughthe ages beenseen as the queen of all sciences.

Everything in existence is supported bymathematics and theprosperity of a country ishighly dependent on the state of mathematicsin the country.

“DNAanalysis, forinstance, isamathemati-cal theory and even finger prints and retinascans needmathematics for the classification.This makes biological mathematics one of themostexcitingcareersthatwillplayamajorrolein the field of science in the next century.

Engelbrecht strongly recommends that allpupils who plan to further their education at

university take part in the Olympiad from anearly age.

“Our learner development programmesstartatGradefourandthemajorityofpastwin-nersofthehighschoolOlympiadhavebeentak-ingpart inourprogrammessince theywere10

years old,” hesaid.

The firstroundof theSA-MO will be tak-ing place on 12March at eachindividualschool; the du-ration is onehour and theschool canschedule itsown time.

Theentryfeeis R24 per pupil

for schools in South Africa and schools withmore than100 entrants can enter at a reducedfee of R20 per pupil. Pupils at Dinaledi schoolscan enter free of charge since their entry fee issupported by the Department of Basic Educa-tion.

Are you on the pulse of what’s happening in your communi­ty? Write for us and get published using the Citizen Journal­ism tool at www.echoedendale.co.za

What you can expect out of Sona

PHOTO: WITNESS FILEPRESIDENT Jacob Zuma will today present the State of the Nation Address (Sona) to a jointsitting of Parliament at 7 pm. Zuma is expected to touch on issues of lack of service delivery,poverty, unemployment, attacks on foreign business owners and Eskom's energy crisis whichhas resulted into load shedding.

“Participation in SAMO ultimately preparespupils for tertiary education. The type ofmathematical problems that participantsare faced with during each round of thisOlympiad is very similar to what can be ex­pected at university level,” according toSouth African Mathematics Foundation(SAMF) executive director, Professor Jo­hann Engelbrecht.

Schools and teachers who wish to en­ter can contact the SAMF at 012 3929362 or send an e­mail to in­[email protected]. The entry form is alsoavailable online at www.samf.ac.za.

Page 4: Echo Edendale 20150212

Valid from 12 - 26/2/2015 | TRADING HOURS: Mon - Sat : 7am - 18:30 Sun: 8am - 17:00

Tel no: 033 394 8617 | 157 RETIEF ST. PIETERMARITZBURG

www.supersave.co.zaAll prices includes VAT and are valid while stocks last | E&OE

1999100s

Joko TaglessTea Bags

699910kg

Aunt CarolineRice

12992litres

Coca-ColaSoft Drink

62995litres

HeliosSunflower Oil

15999Each

Pampers Active BabyJumbo Pack 2/3/4/5

799910kg

ClassiqWhite Sugar

59996x1litre

Parmalat Everfresh FullCreamMilk

32992kg

OmoWashingPowder

Plus FREE Lux 85gSoap worthR3.99

60001KG

BokomoCorn Flakes

Plus FREE HoneydewMilk1litre worth R8.99

2000250g

Flora Extra Light Spreadtub

2for

3000150ml

Shower to Shower Deomen/women assortedPlus FREE Roll On 50ml

worth R11.99

2for

100001.5litre

Sunlight DiswashLiquid assorted

3for

100002kg

Ola Rich n Creamy IceCream assorted

3for

90001kg

Rama Spread forBread

4for

2for

Page 5: Echo Edendale 20150212

www.supersave.co.za

Don’t delay... come in today for great specials!

www.supersave.co.za

PERISHABLES BUTCHERY AND FRUIT & VEG

14991kg

Rania Frozen Chips

2499520g

Rainbow OriginalChicken Burgers

24991kg

Rainbow FamilyPolony

2999600g

I&J Fish Fingersassorted

7kg

5kg

7kg

10kg

Veg ComboInstore SpecialButternuts/ Potatoes/Onions / Tomatoes

5599per kg

Spicy Mild MuttonSausage / Patties

2799per kg

Marinated ChickenWings

5699per kg

Stewing Beef

5899per kg

Beef Chuck / Blade /Brisket

5899per kg

Topside Steak

5699per kg

Farmstyle Boerewors

5899per kg

Beef Short Rib

5699per kg

Beef Mince

delay... specials!

29992.5doz

As Good Large Eggs

10996x100g

Parmalat SmoothYoghurt assorted

3899800g

I&J Beefers Beef Burgersassorted

13991kg

Supergold Mixed Veg

1000150g

Oven Fresh MarieBiscuits

5for

1499450g

BokomoWeet-bix CerealBiscuits

3000150g

Munchys LexusCrackers

3for

2699350g

Nutella Chocolate NutSpread

1899400g

YumYum Peanut Butterassorted

1699900g

All Gold SuperfineApricot Jam

1699500g

Illovo GoldenSyrup

1199100s

Trinco Tagless TeaBags

899200g

Bakers Red LabelLemon Creams

1349200g

Bakers Romany Creams /Choc Kits assorted

999200g

Bakers Tennis Biscuits

2699500g

Futurelife Cerealassorted

2299500g

Kellogg’s All BranFlakes

2099340g

Nestle Honey CheeriosCereal

20991kg

Jungle Oats

1699375g

Heartland ChocRockerz

29991.2kg

Heartland CornFlakes

31991kg

Ellis Brown CoffeeCreamer

6199750g

Nescafe RicoffyCoffee

3699500g

Nestle MiloDrink

Page 6: Echo Edendale 20150212

EVERYTHINGMUST GO

below cost prices!Hurry! First come,

first served!Public/traders

welcome!Everything priced

to clear!

WAREHOUSECLEARANCE OUTLET

Furniture and appliance bargains direct!

SUPPLY CHAIN SERVICES

Quality branded furniture and appliances from these fine stores:

Willowood Park, 21 du Toit Viljoen Road, Willowton,Pietermaritzburg.

EVERYTHING

Closing Down SALE!

Last day of SALE! 20 February 2015

Lounge Suites | Diningroom Suites | Bedroom Suites | Wall UnitsCupboards & Robes | Lcd & Plasma Tvs | Home Theatres & Hi-Fi Systems

Fridges & Freezers | Twin Tubs & Top Loaders

Everything priced

Bedroom Suites |

2WEEKSLEFT!

Miss Valentinein Edendale

NOMPENDULO NGUBANE>>[email protected]

KASIOLOGYwill be hostingMiss Val-entine 2015 at Edendale EcumenicalLay Centre on Saturday.

Thehallwill bepainted in redandwhite and people whowill be attend-ing are urged tomix their style in redand white colours.

The first people wearing red andwhitewill onlypayR10entry fee.Theentrance is R15 but first 50 people intheir red andwhite colour outfitswillonly pay R10. There are over 1000prizes tobewonand this includehair

styles, photo shoot, internet access,clothing,music andbeing featured inthe video of the local kwaito groupAmaqola.

DJ’sthatwillbespinningthevinylsare Sabza, Psy-4, CandiBlaq, Que-lonke, Bishop Nkosie and Ali. Othersthatwill beentertainingareAmaqolaCrew, PS Boys , Mcharlize, Nceku,Emazweni, Cherryozulu,Gubhubhu,Mr Lewis and more.

The sponsors of the event areRef-ugee Camp Salon, Cyber World andKasiology Wear. For more informa-tion people can phoneMuntuwaban-tu 072 766 6926 (whatsapp) 061 6611498.

PHOTO:SUPPLIEDLocal kwaito group Amaqola will be one of the groups that will be enter­taining at Miss Valentine 2015 on Saturday at Edendale Ecumenical LayCentre.

Party lovers will be spoilt for choice theweekTHEweekendwillstartearlyforpar-ty lovers thisweek,with theopeningof two newly renovated night clubson Thursday and Friday and thelaunch of Basic Sundays at Base-ment on Sunday.

Thursday, 12 February will seetheofficial openingof thenewly ren-ovatedExclusiveLoungeNightClub,formerly known as Tiger tiger.

Doors open at 8pm and the first200 people to arrive will get freedrinks on arrival and free WIFI.

Event organiser FanoGumede ofFanotainment said: “Free entry in-vites will be available to 250 peopleand those who are interested mustcall or Whatsappp me at 073 8118799 or 061 257 2567 and write “Iwanna come to Exclusive Lounge”,andtheywillgetamessagedirectingthem to collect the invite.”

OnFriday therewill be an officialopening of CasanovaMusic Lounge,which is formerly known as Jokers.

Artistswhowillbeperformingin-clude DJ Merlon featuring MondliNgcobo,ADJ,Sabza,DeeperLife,Dr

Sgoody,Lavista,T-RoxterandClasa.Doors open at 7pm and entrance

is R50 with a drinks voucher before8pmandR50 straight after that andR40forstudentswithastudentcard.

No takkies, no slops and no chil-dren under 18.

TwoVIPticketswillbegiventothefirst two people to phone Gumede

between Thursday and Friday.On Sunday, there will be an offi-

cial launchofBasicSundaysatBase-ment. It will be deep house and oldschool music.

Entry is R50 and free invites willbe given to the first 50 to WhatsappGumedeorcometoBasement tocol-lect them.

PHOTO: FILEDJ Merlon andMondli Ngcobo willbe playing at Casa­nova Music Loungeon Friday.

Kuzobe kunandiswa ngejazz nehouse kwaScathuloNOMPENDULO NGUBANE>>nompendulo.ngubane@mye­cho.co.za

KUZOBE kunandiswa ngomculoweJazz nomculo weHouse kwaS-cathulo eSweetwaters ngeSonto lo-na leli. Le nhlanganisela yomculoizobe ihlanganiseumculowejazzno

weHouse kusukela ekuseni kuzekube ntambama.

Idili lomculo lizoqala ngo 11amkuze kube ihora lesihlanu (5pm).Emva kwehora lesihlanu kulaphokuzobe sekusina kudedelane oDJbomculoweHouseabazobebeklwe-bha amapuleti benandisa nabo.

UDJ ozobe ekhona u-DJ Soeehambisana neqembu lakhe.

Kuyamenywa wonke umuntu oth-anda umculo weJazz nalaboabathanda umculoweHouse ukuthibaphelele ngobuningi babo bazola-lela ukudla kwendlebe.

Kungenwamahhalakanti abafu-na ukuthola eminye imininingwanebangashayela uTouch Ndaba 0835520799nomauVusiMthalane082292 4559.

NEWS

612 February 2015

edendale

ECHO

Page 7: Echo Edendale 20150212
Page 8: Echo Edendale 20150212
Page 9: Echo Edendale 20150212
Page 10: Echo Edendale 20150212
Page 11: Echo Edendale 20150212

59.95Sunfoil Cooking Oil

4lt

571 Hoosen Haffejee (Berg), Pietermaritzburg Street, Fax: 033 345 7867Tel: 033 345 6504No Traders, We have The Right To Restrict Quantities, ValidWhile Stock Last, E&OE,

Trading Hours: Mon-Fri 7:30am - 5:30pm, Sat 7:30am - 5pm, Sun 8:00am - 3pm, Closed Friday Between 12pm - 1pm

OPEN ON SUNDAYSValid From 12 Feb - 18 Feb 2015

Airtime Available At Till Pionts

InstoreSpecial

Star Super MaizeMeal 25kg

69.95Golden CloudCake Flour 10kg

64.95Real ParboiledRice 10kg

63.95Real Star

Cake Flour 10kg

13.95Knorrox CubesBeef Curry 24’s

10.95Knorrox

Soup Bag 400g

15.95Save MixedVeg 1kg 19.95

HoneydewMaas 2lt

12.95Full

Cream Maas 2lt

8.95Classic

Cooldrink 2lt15.95Star ToiletTissue 10’s

11.95Honeydew

Yoghurt 500ml

9.95Red Label

Tea Bags 100’s

24.95Sunlight Washing

Powder 1kg10.00

WalkerBaked Biscuits 55g

62.95Real

Cooking Oil 5lt

PEOPLESPEOPLESSUPERMARKETSUPERMSUPERMARKETARKET

29.95MeltingMoments Biscuits 40’s

Get5For

Summer SavingsSummer Savings

4.95Tomco

Baked Beans 410g

Page 12: Echo Edendale 20150212

SIYAYA: 441 PIETERMARITZ ST/ 444 HOOSEN HAFFEJEE ST - TEL: 033 342 1100MID TOWN: 367 PIETERMARITZ ST - TEL 033 345 9595 • KWEZI: 575 HOOSEN HAFFEJEE ST - TEL: 033 394 5034 E&OE

SaskoCake Flour

Sunshine DOil

White StarMaize Meal

SimbaNiknaks

Rama Spread ForBread Margarine

Surf WashingPowder

Nestle FarmgateIce-Cream

RaveLaundry Soap

BakersChoc-Kits

FreshpakRooibos

Sparletta

Daly’sPremium

Always Maxi Pads

UnityToilet Roll

Prices Valid from 12 to 18 February 2015

spaza HOT DEALS

SpekkoRice 10kg

Large Eggs 30’s

Farmgate LongLife Milk 6x1lt

Lucky Star Pilchards400g

Future Life500g

Wilson’s XXX Mint/Musk Rolls 48’s

Moments Sweets50’s

Doom MosquitoCoils 5x125g

Liquifruit6x250ml

Ace InstantPorridge 10x1kg

Panado Tablets48x2’s - Carded

Eggs15 Dozen

SaskoFlour

699510kg

Sunshine DOil

62955lt

White Star Meal

519510kg

SimbaNiknaks

795150g

1099500g

shingPowder

32952kg

Nestle

59955lt

1295200g

Sparletta

189580’s

Premium

10952lt

15951.5lt

Pads

11959/10’s

Rice

LargeLarge

FarmgateLife

Farmgate

LuckyLucky

Future

6499

2995

54951295

2495

Take 4 Veg Combo

Pocket Potatoes + Pocket Onions+ Pocket Butternut + Box Tomatoes

12900All 4

DELUXE Combo10kg 12.5kg10kg 5lt

3890010kg

Goldi MixedPortions 5kgGoldiPort

12000

2 For

1000500g

6895Moments Sweets 895 3295 2895 12000 689517995

Unityilet Roll

549524’s

119959kg Gas

Cylinder

Gas RefillingAlso Available

Page 13: Echo Edendale 20150212
Page 14: Echo Edendale 20150212

classifieds

ECHOA CLASSABOVETHE REST

SIBIYAFUNERALSERVICES

UHLELO 1. COFFINUkhokha R160 nyangazonke, amalunga ayishumi.Okutholayo: Coffin, Imali, Hears, cross, gown, itendelasekhaya, itafula, izituli, kanye negroceries...

SINOHLELO LOBUNAZARETHAUkhokha R180 nyangazonke, amalunga ayishumi. Okutholayo:sikunika uhlaka lwe Casket olwehla ngomshini, Imali, Hears,gown, cross, itende lasekhaya, itende lasemathuneni, itafula,izituli, indleko zikaDokotela siyakukhokhela thina, kanyenegroceries...

UMASINGCWABISANE WETHU AWUYIKHETHI IMINYAKA NEZIBONGO, UBA YILUNGA EMVA KWEZINYANGA EZINTATHU UMA UYILUNGA ELISHA,KEPHA UMA UVELA KOMUNYA UMASINGCWABISANE KADE UKHOKHA KAHLE UBA YILUNGA NGALESO SIKHATHI. UMA UHLALA EDOLOBHENIUZONGCATSHELWAKHONAUTHOLAUR1000,00 SIKUTHENGELAUMGODI, IBHASI KANYENEGROCERIES. UMAUHLALA EZINDAWENI ZASEMAKHAYA

UNGCWABA KHONA UTHOLA UR2 000,00 KANYE NE GROCERIES.

WONKE AMALUNGU ETHU ATHOLA LE GROCERY KULOLUHLELO OLUSHA.10 kg sugar, 10 kg flour, 10 kg rice, 10 kg mealie meal, 2 x 5 kg imithombo, 5 litre cooking oil, butternut,potatoes, onions, tomatoes, 1 portion chicken bag, 1 case cool drink, 1 case beer kanye nenhloko yenkomo.

WOZAUZOZIZWELAEMAHHOVISIAKWASIBIYAFUNERAL. SITHOLAKALAPMB-KU413 BOOM STREET, WARTBURG, DALTON,GREYTOWN FONELA:033 345 2385 / 033 503 1956 / 072 700 1800

ESCOURT OPP TAXI RANK: 071 657 9742PINETOWN (BEHINDMCDONALDS): 079 203 7376

PMB ONLY • SIVULA MASONTO ONKE!!! SUNDAY 8am - 2 pm

UHLELO LWE CASKETUkhokha R200 nyangazonke, amalunga ayishumi.Okutholayo: Half view Casket,R1000, Hearse, cross, gown, itende lasekhaya, umgodi(if town), indleko zaDokotela itafula, izituli, itendelasemathuneni, umshini, amadlelo aluhlaza kanyenegroceries...

PMB OFFICE: 033 345 2385/079 201 5978

2015 PRICES FOR NEW MEMBERS

Kujoyinwa Mahala

KHAYELIHLEFuneral Services

40 Langalibalele StreetTel: 033 345 9141Cell: 082 693 3574

DLAMINIAgrippa Mfiselwa1955/12/28-2015/2/9

Obengowase 161 Azalea UnitA. Uzofihlwa ngoMgqibelo

emathuneni ase Mountain Rise,ngemva kwenkonzo ezoba

Apostolic Amanzi Church, Unit Ango 10 ekuseni.

KHAYELIHLEFuneral Services

40 Langalibalele StreetTel: 033 345 9141Cell: 082 693 3574

KHUZWAYOSimphiwe

1983/12/12-2015/2/9

Obengowase Unit 1-137 MqalothiRoad, Imbali. Uzofihlwa ngeSontoemathuneni ase Mountain Rise,ngemva kwenkonzo ezobasekhaya ngo 10 ekuseni.

KHAYELIHLEFuneral Services

40 Langalibalele StreetTel: 033 345 9141Cell: 082 693 3574

MTSHALINorah

1934/12/19-2015/2/8

Obengowase 2647 HlelanyathiRoad. Uzofihlwa ngoMgqibelo

emathuneni ase Mountain Rise,ngemva kwenkonzo ezoba

seLutheran Church, Unit 1 ngo10 ekuseni.

KHAYELIHLEFuneral Services

40 Langalibalele StreetTel: 033 345 9141Cell: 082 693 3574

DLAMINIJeti Elias

1930/5/10-2015/2/7

Obengowakwa Shange Location.Uzofihlwa ngoMgqibelo

emathuneni asekhaya, ngemvakwenkonzo ezoba sekhaya ngo

10 ekuseni.

KHAYELIHLEFuneral Services

40 Langalibalele StreetTel: 033 345 9141Cell: 082 693 3574

KHUMALOVictor Lungile

1966/9/12-2015/2/4

Obengowase Berg Street.Uzofihlwa ngoMgqibelo

emathuneni ase Mountain Rise,ngemva kwenkonzo ezobasekhaya ngo 10 ekuseni.

Readers are urged toexercise caution when

responding to anyservice and/or product

advertised.The newspaper

accepts noresponsibility for the

validity of claimsand offers contained

within any adverts andaccepts no liabilitystemming from the

use of the advertisedservices and/or

products.

INYANGA 100%KHOKAH R100

Wina ama tender and loans,buyisa isithandwa

sakho, hola kabili, ukubuyisaiznito ezintshontsiwe,

amagundane alanda imali,gudluza isitha, phelisaizikweletu, woza woza

webhizinisi likhuphuke, tholaingane, umshado, umuzi,umsebenzi, ukuvimbela

amasela ekhaya nabathakathi,umazibuthe wemali, umsebenziongapheli wabantu abadala,

casino and lotto, ngena esitoloubuye nemali, thola udokotela

e PMB Fonela ku078 907 8898

MAAMA NOBABA SUBINgemva kwesikhathi eside ngikhala, umnganiwami wangitshela ngemfihlo yakhe uDokotelauwamusiza ngezinkinga zakhe. Usephila kahlenomyeni wakhe nabantwana bakhe. Babehleli

bexabana nomyeni wakhe kodwa sekuphelile loko.Wawina uR750 000 kwiLotto, ubudoda bomyeni

wakhe babungasebenzi kahle, namabhisinisiayesewile. Umaama nobaba Subi baqeda

namacala, izinkinga zezimali, baqeda amabhadikanye nokunye okuningi, thola umsebenzi,

ukhulise ubudoda bakho kusuka ku L, XL, XXL.Bakunikeza isiqiniseko.

Ungabathinta ku 084 297 8109 ukuze utholeisikhathi nabo, bakwenza kube imfihlo yakho

“ HE MADE MY ENEMIES COME ANDCONFESS WHAT THEY DONE TO ME”I first heard about Mr Shake on a community radiotalk show. I took his number down and booked anappointment. He charged me to read my fortune. Iwas shocked when he told me my name, and my hus-band’s name. Mr Shake saw that my husband and Iwere fighting. He mentioned that my husband was in-volved with another woman which I couldn’t believe.He then showed me the other woman in a mirror andI was shocked!! I had lived for 10 years with unhappi-ness in my marriage until now. Mr Shake cast a spelland the other women separated with my husbandand later both confessed to me. Today we live happywith respect and no fighting after Mr Shake bindedhim to me. I recommend him to others who are suf-fering and regard him as my guide. My husband hasbeen to him and his business has improved.

He also helps with other problems, love, luck,marriage, business, work, etc. If you would like to

book Call 073 957 0953, private home.

108 BusinessOpportunities

ARE you serious aboutstarting your business youdont know how. Sms yourn a m e i n t h i s n o :082 335 197 1, we willcoach you

122 Communesto Share

ACCOMM. UKZN Howardcollege Durban­ 3 minitusw a l k 0 8 2 9 2 5 4 0 2 8 /034 317 1108

SELLINGANYTHINGUNDERR500?

Advertise itfor FREE atwww.olx.co.za

CLASSIFIEDS

1412 February 2015

edendale

ECHOPLACE AN ADVERT BY CONTACTINGOUR CLASSIFIEDS LERATO CHAKA:

Phone: 033 355 1163Email: [email protected]: 033 355 1188

Page 15: Echo Edendale 20150212

UMASIPALA WASEMSUNDUZI

ISAZISONGOKOMTHETHO 6 KA 2004 W AMAREYITID

ENDAWO KAMASIPALA KUHULUMENI WASEKHAYAKANYE NOMTHETHO 32 KA 2000 WEZINHLELOZIKAMASIP ALA KUHULUMENI WASEKHAYA

EKUHLOLWENI KW AMAREYITHI NAMATHERIFU:2015/2016

LesaZiso sikhishwe ngokwesiOaba 14 soMthetho 6 ka 2004 wamaReyithieNdawo kaMasipala kuHulumeni waseKhaya kanye nesiOaba 75AsoMthetho 32 ka 2000 weziNhlelo zikaMasipala, ukuthi uMkhandlukaMasipala waseMsunduzi uzoba nemihlangano lapho kuzolalelwakhona umphakathi eOunjini 10Mkhandiu kanye naseHholo leDolobhakanjengokulandelayo:1. 17 February 2015: Abathintekayo- amaBhizinisi kanye neziNxenye

zikaHulumeniIndawo: E Committee Room 1 (EHholo leDolobha)Isikhathi: 10HOO to 12HOO

2. 18 February 2015: Abathintekayo - Abantu abajwayelekile(kubandakanya umphakathi, izinhlangano ekungezona ezikaHulumeni(NOOs) neziNhlangano zoMphakathi (CBOs)Indawo: EHhoio leDolobhaIsikhathi: 17HOO to 19HOO

Inhloso yalokhu kulalelwa ukucela umphakathi ukuthi uphawule ukuzekuphothulwe irejista yamaTherifu kagesi, amanzi, isolishi amareyithikanye nemali ekhokhelwa ezinye izinsiza onyakethi wesabelo-mali sika2015/2016. Bonke Abanesifiso bayamenywa ukuthi beze ukuzothamelalokhu kulalelwa baphawule ngabanakho mayelana namatherifuaphakanyisiwe. Akukho okusha, ubufakazi noma izitatimendeokuzokwamukelwa ngemuva kokulalelwa komphakathi.Irejista lemali ezokhokhwa yamatherifu aphakanyisiwe iyatholakala kuwebsite kaMasipala: www.msunduzi.gov.za kanti imiqulu equkethe lolulwazi izobekwa kulezikhungo ezilandelayo zikamasipala:• IHholo leDolobha• Kuyo yonke imiTapo yeziNcwadi kamasipala (Municipality Libraries)• AmaHhovisi akwa ABM-Northem Area, Civic centre

-AmaHhovisi aseMbali-Edendale Proper-Taylors Halt-Ashburton

Mxolisi NkosiIMenenja kaMasipala

Umasipala waseMsunduziINombolo yeSaziso

10is a small number that can make a

BIGDIFFERENCE!

Please consider the positive impact you can makeby donating to

COMMUNITY CHESTup to 10% of your profit from the items

you’re sellinghttp://www.communitychest.org.za/

Tel: 033 394 1031

100% donated is 100% distributedSMS CHEST to 40838 to donate R20

CAN’TFINDWHAT

YOU’RELOOKING

FOR?Try searching

onwww.olx.co.za

Police say Lebese was arrestedTHE South African Police Service have ex-plained their version of events leading toKaizerChiefsmidfielderGeorgeLebese’sar-rest.

Police Lieutenant Kay Makhubela sayscontrary to Chiefs’ club statement that theplayer handed himself over, hewas actuallylured into an arrest.

“We phoned him and made an appoint-ment with him.

“He didn’t knowwhowasmaking an ap-pointment with him.

“Wearrestedhimand tookhimto thepo-lice station,” Makhubela told EWN.

Makhubela added on Talk 702 last onTuesday: “SinceSundaywehavebeenchas-ing forhim,and this afternoon [Tuesday]wemanaged to locatehimandhewasarrested.

“He was on the run from us and we onlyfound him today [Tuesday].

“He didn’t hand himself over, we phonedhim and made an appointment with him.

“That’s when we arrested him and tookhim to the police station.

“Hisfirstappearanceincourtwillbesoon[yesterday], he faces charges of maliciousdamagetopropertyaswellasassault.”Kick-Off.com

PHOTO: BACKPAGE PIXGeorge Lebese of Kaizer Chiefs has allegedly been arrested.

KUYACACA ukuthi abadlali bebholabaseNingizimu Afrika banekhono el-ahlukile kunabezizwe. Okubuhlunguukuthi izwelethulibukekalingazi futhilingenandaba nezinto esimandla ku-zona.

Kuzothatha isikhathiukuyapham-bili umasilibele izintoezingasiqhubeliphambili. Ngicabanga ukuthi isithaseNingizimu Afrika abaholi nabalan-deli bakhona. Sikhuluma ngokuthan-da izwe lethu kodwa asikuqondi uku-thikuyiniukubaum-AfrikawaseNing-izimu.

Iningi labadlali base-Afrika eseN-ingizimu–laphasibalaoLesotho,Swa-ziland, Botswana, Zimbabwe – bane-siqu esincane futhi abalulekile ngok-wethambo. Lokhu kukodwa kushointo ethile endleleni yokudlala. Iju-bane emabangeni amafishane – ama-mitha amabili kuya kwamahlanu ake-khoongasibambaumhlabawonke.In-gakho amaqembu akithi eyingozienkuluumaedlala ibholaelifishaneik-akhulukazi kwingxenye yezitha.

Ingabe ucwaningo ngesikompilolomdlalo webhola luyokwenziwa ninikuleli. Indlela yokucabanga, amasiko,isikompilo kumele sikuqonde umangabeamakhonoabadlali bethu ezos-etshenzwa ngendlela. Kuyamangazanokho uma uzwa abaholi bekhulumangokushintsha izimpilo zabantu,ukulwanobandlululokephanaboben-gazi ukuthi ukuba um-Afrika kushoukuthini.

Impela ubandlululo lwashayakwezelwa endlini ensundu.

Uma sisakhuluma ngezindlelazoLiverpool zokudlala, inkululekonenqubekela phambili isekude.Kuyadumaza futhi ukuthi ngenxayemali abanye bethu kugcinaungasezwa ukuthi indoda ikhulumaithini. Umlomo uyashwashwatha

wena owabona indoda ishiswaamazambane.

Engabe siyokuzwa ninikukhulunywa ngo-Amazulu “Way”noma Pirates “Way”? Inkululeko ishoukuba umuntu abe nguye. Iqiniso lithinoma ungasikhipha ngamakhalaisiNgisi awusoze ube iNgisi.

IBafana Bafana iveza isithombesomsebenzi owenziwayo kuleli zwe.Ngicabanga ukuthi isibukoasiwaqambiamanga.Umaumhlophe,wondlekile sikuveza njengoba unjalo.Abaholi bezwe kwipolitikinakwezimidlalo banenseleleyokwakha izwe laseNingizimuAfrika.

Izwe lethu liyosimama uma intshayethu iqeqeshwa ezintweniabanekhono kuzo futhi eziyingxenyeyendalo yabo. Awunakwazi ukwakhaiJalimane ensizweni yoMzulu.

Ukungazazi kwenza sibenamaqembu axube izithelo nemifino.

Kuba nzima ukuthola ulozololomculo uma amaphimboengahlangani. Yingakho iBafanaBafana uzoyibona idla utshani besekuthi ngomzuzu olandelayo uboneusiyohlangana KwaMphini wePiki.Inzima lendaba. Kulula ukukhulumakunzimaukwakha.Unzima lomthwa-lo!

THABO DLADLA

TALKING FOOTBALL

Wow! Wow! Wow! Good and excitingtimes are back in the City of Choice.

Yes, two local crowd pulling andpremiereventsarejustaroundthecor-ner.

As always, I am sure most of youmust be excited about the two forth-coming annual and popular sportingevents that are scheduled to takeplacearound the City in few weeks to come.TheannualDusiCanoeMarathonissetto take place from February 19 to 21.As we all know the start will be at our

ownpopular spot CampsDrift at 6 am.Also another local popular event on

our calendar is the annualMaritzburgCityMarathononFebruary22,5amatNatal Carbineers Athletics Club(NCAC) head quarters - Drill Hall.

Talkingfromexperience, Imustsaythisroadrunningeventisoneofthefewwellorganised,wellmarketedandpro-fessionally run. I remember my veryfirst taste of the half marathon in thiseventinthemid90srunninginSpartanAthletics Club colours. I hobbled overthe finishing line. Obviously

I was over exhausted and drained,but also very happy and satisfied. Myaimwastosee ifmy legsandmyfitnesslevelwasable to carryme throughandfinish the 21,1km for starters before Icoulddothefullstandard42,2kmmar-athon which was uMngeni Marathonaround Midmar Dam few weeks later.

Besides being a well known sportsscribeon theroad thatdayandwhoev-ermetmethatdayonroadencouragedme. I remember Uncle James Pedlar,Peter “Peps” Petersen (and his Mad-am), PoobieNaidoo,ChrisZondi,Mar-tinNgwenya,Aunty Pinky andGrannyHazel pushing me and urging me toholdonoratleastgowiththeflow.IwasveryimpressedbythesetupofallwaterstationsduringtheeventandIthinkthecolourful, outstanding and vibey onethatdaywastheoneinfrontofImperialHotel in Loop Street.

I was also impressed by the highstandard of their finishing area at the

Drill Hall.Also I just could not believetheworkrateofthehardworkingoftheNCAC’s chairman JohnHall. I remem-ber saying tohimafter the race. “John,I know you are a good beer drinker asawhite oke, but I think you are also ondrugs”. I just could not believe that ahuman being canwork for 24/7 hoursnon-stop putting the event togetherand still be able to stand up, wake upso early on the race day.

Meanwhile the 2015 Dusi Canoemarathonisbeingheldinhonourofthelate Dr. Ian Player.

Two brave paddlers have opted topaddle the Dusi Canoe Marathon inreplica canvas canoes to replicate thepioneering early days of the race inhonour of its founder and originalchampion. Can you believe it! ,74 yearold Pietermaritzburg paddling enthu-siastHughRawwillpartner72yearoldGauteng paddler Ian Ross in taking onthe tough three day race from CampsDrift to Blue Lagoon using canvas andwood craft that they have hand madefor the race.

In keepingwiththeearlyDusitradi-tion they will compete as a pair of sin-gles, andwill share the arduousporta-ges carrying their craft between themwithcanvas slings.Theywill alsowearkhaki shorts, branded khaki shirts,long socks and bush hats to replicatetheattireofDrPlayerandtheearlyDusipioneers.

Wow! what a way to honour thegreat legend Dr Ian Player.

JERRY BARNES

SHOOTING THEBREEZE

12 February 2015

edendale

ECHO

CLASSIFIEDS

15

Page 16: Echo Edendale 20150212

SPORTedendale ECHO

12 February 2015 PAGE 16

July to September 2014: 34916

• Black• White• Sizes: 6-10

454 CHURCH [email protected]

033 394 9077086 571 7596

Perfect Gift For HIM

NOW

• Sizes 6-10

was299,95was

249,95

NOW

12995

• Black• Red• Sizes: 5-10

14999New

arrivals

Genuineleather

PerfumeLAPIDUS

“ORIGINAL”

R375100ml

“ORIGINAL”

R300SAVE

Pictures shown may differ from actual products in-store • While stocks last • E&OE

405 CHURCH STREETPMB

TEL: 033 345 4924

Black / PinkSizes: 3-8

RedSizes: 3-8

RedSizes: 6-10

Black/White/Navy/RedSizes: 6-10

Burgundy/Navy/Black/Red/WhiteSizes: 6-10

R270,00

R240,00

R250,00 R240,00

R230,00 BlackSizes: 3-8

R280,00

Ladies

Ladies LadiesYOU CAN NOW PAY YOUR DSTV SUBS AT OURSTORE BY CREDIT OR DEBIT CARD ONLY

We supply it, we fit it and we guarantee it!

We

su

pp

ly

it,

we

fit

it

an

dw

eg

ua

ra

nte

eit!

We

su

pp

ly

it,

we

fit

it

an

dw

eg

ua

ra

nte

eit!We supply it, we fit it and we guarantee it!

280 BOOM ST • TEL: 033 342 0016/18Established 1975 • E&OE

DELIAN MARIAN

MANY OTHER REMOTES AND CASINGS IN STOCK.

DSTVHD Single.............. R850HD Explora......... R3 499

Conditions apply

Coding and Cutting of Transponder Keys

Ngabe iMaritzburgUnited izokwaziukuvala esika-Awal>> Leli qembu lithi kunabanye abadlali abazosivala

INGABE sekuqala ukunokala kwezintonoma sekuyabonakala yini ukuthi iMa-ritzburg United isanda kushiywa

omunye wabadlali abamqoka emuva?Kungenzeka yini ukuthi ukuhlulwa

kwe-United ngo-2-1 yiBidvest Wits sekuc-haza uqhekeko emuva?

Phela ithemba laseMgungundlovu On-donga-zibomvu, eMphithi ophithizelayo,kwiPSL iMaritzburg United iyavuma uku-thi ilahlekelwe ngokudayisa isiqonqwanesomdlali sasemuva ozalwa eGhana uMo-hammed Awal, kodwa izokwazi ukuhlan-ganisa njengamadoda.

Phela u-Awal owafika kwi Team OfChoice ngo-2012 engaziwa nokuthi ungu-baniugcineesedlalela izwe lakhekwi-Afri-can Cup of Nations eqedwe ngeSonto e-Equatorial Guinea.

Lo mdlali okwake kwathiwa uzojoyinaezikaMagebhula i-Orlando Pirates ugcineesejoyine ezinye zezigwili zase Saudi Ara-bia is Al-Shabab FC. Lapha sengathi leliqembu elidla izambane likapondo yiloelibeke into encomekayo nengumthanya-naetafulenikunamanyeamaqembuakadeemgaqele lo mdlali.

OkhulumelaiTeamofChoiceuBrianZu-ma uthi iqembu lakhe lingamanyeamaqembu ahlelekile ekuthuthukiseniamakhono abafana abasebancane kantifuthineqembulinomthanyanakumasiniya

abavele besethimini enkulu (senior team)abazokwaziukuthibalisebenzise leli thubalokuhamba kwalo mdlali, impiloiqhubeke,” kusho uZuma.

ITeamofChoice ishaywayiBidvestWitsnje ngoLwesibili eHarry Gwala Stadiumkuzothi kuzothi ngoMgqibelo ivakasheleeWolfson Stadium lapho iyobhekana ne-Chippa United ngo 3.30 ntambama.

UZuma uthi ezakhe zizobe zimi ngothifuthi kuyoshikisha ufudu. Kanti enye ikila-bhu yaseKwaZulu Natal AmaZulu adonsakanzima kule zinsuku abhekeke ukuthiashintshe ukwenza emva kokusayinisaidlanzana labadlali abasemgangathwenimuvanje.Omunyewaboinkalakathayase-muva nomakade ayebona ozalwa eMphi-thi, uMbulelo “OJ”Mabizela,.

Usuthu luzobhekana neBloemfonteinCelticsngeSontoeFreeStateStadium.Lud-lale nezikaMagebhula eMoses MabhidaStadium izolo ebusuku kanti sishicilelekungakabi khona miphumela,-JerryBarnes

(senior team) futhibakhona abazonge-na bathi khaxa ezi-cathulweni zika-Awal.

“Yena lo mdlalibekuyindoda yama-doda futhi ubezi-bamba ziqine emu-va ebaluleke kakhu-lu naseqenjini.Ngenhlanhla-ke iM-aritzburg United ay-akhiwe umdlalioyedwa. Futhi-keidevelopment yethuisesimweni sokuthiingakhiqizaabadlaliabangaya eqenjinielikhulu futhi badla-le nje.

“Kanti-kebakho-na futhi abadlali

Sekumi ngomumo ngeDusiSEKUSELE nje kuphela ukuthizidlane imilala kumjaho wa-manzi wodumo waminyakayonke iDusi Canoe Marathon.

Phela lo mjaho ofaniswanjengeComrades Marathonngendlela odume ngayo nawousukela eMphithi- eMaritzburgeCamps Drift.

Lo mdlalo uzoqala ngehoralesithupha ekuseni ngomhlaka19 February uyoze uyophelelaeMdubane (Durban)ngomhlakaFebruary 21. Noma-ke izin-sephe nezingqungqulu ezifananoSbonelo Khwela, ThulaniMbanjwa,AndyBirkettnoLanceKimebabhekekeukuthibadlaneimilala kuzozonke izinsuku, ku-lukhuni satshe ukuqagula uku-thi ubani oyodla umhlanganisoekugcineni nangosuku lokugci-na.

Okunye okuzoheha amehlokulo nyaka ngalo mjaho ukuthikuzobe kuhlonishwa insepheendala ekhothame ngonyakaodlule uDr Ian Player, phela un-gomunye abaqala lo mjahowezikebhe.

Ababukelibazoxakekanomabazoshaya ihlombe elingaphelilapho bebona amakhehla ama-bili kodwa aqatha ngendlela ex-akayo uHugh Raw oneminyakaewu-74kanyenomnganiwakheu-IanRossona-72.Lamakhehlaazobe esebenzisa inhlobo enda-la yezikebhe eyabe isetshen-zizwangaleyaminyakakuqalwalo mjaho.

Futhi bayobe begqoke okha-khi neziqgoko zokhakhi okwabekuyinyufomu esemthethwenikulo mjaho.

Enye intandokazi ekubhek-eke ukuthi ithathe amehloamaningi uNokhanya ShangewakwaKwaNdengezi ngaseShongweni Dam. UmaShangeuyavuma ukuthi uzobe eqalaukungenela umjaho onjengalo-na ezigwedlela yedwa ( K1 DusiCanoe Marathon).

Uthi futhiuyaziukuthizonkelezi zinsuku ezintathu zalomja-ho ziyobe zinzima (19-21 Feb-ruary). Uthi ukwazi kamhlophenokuthi uyobe emncane kuna-bobonke abamnyama aban-genele lo mjaho.

“Mhlawumbe lokhongikuzwa noma ngitshelwazonke izinsuku, kodwa minasengizimesele. Angifuni ukuthingizowina kodwa ngithi nje, lomjaho ngizowuqeda kahle njengisaphila futhi ngizihambelangezinyawo zami,”kusho uSh-ange.

UmaShange waqala ukugw-edla eminyakeni emine edlulekanti ngonyaka odlule wayegw-edla no-Eric Khoza. -JerryBarnes

PHOTO: GAMEPLAN MEDIAU­Andy Birkett (front), andnomnqobi weDusi uSbonelo(Zondi) Khwela babhekekeukuba babe abanye baban­qobi kwiDusi Canoe Mara­thon ezoqala ngo­19 FebruaryeCamps Drift.

PHOTO: GAMEPLAN MEDIAU­Andy Birkett (front) nanqobenaye 2014 Dusi Canoe Marathonka­2014 uSbonelo (Zondi)Khwela babhekwe ngabomvuukuthi banqobe nakulo nyakanjengoba lo mqhudelwano uqa­la nje ngo­19 February.

ISITHOMBE: GALLO IMAGESDJohn Paintsil weMaritzburgUnited ezama ukubaleka neb­hola emdlalweni weAbsa Pre­miership phakathi kwezakheneBidvest Wits eHarry GwalaStadium ngoLwesibili ebusuku.Kunqobe iBidvest Wits ngo­2­1. (EE)